-
1 AmaKhosi 1:5, 6IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
5 Phakathi naleso sikhathi u-Adoniya + indodana kaHagiti wayeziphakamisa, ethi: “Yimi ozoba yinkosi!” Wazitholela izinqola nabagibeli bamahhashi namadoda angu-50 ayezogijima phambi kwakhe. + 6 Kodwa uyise wayengakaze akhulume naye* athi: “Uyenzelani le nto?” Naye wayemuhle kakhulu ngokubukeka, wayezalwe ngemva kuka-Absalomu.
-