Eksodusi 31:2, 3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 2 “Bheka, ngikhethe* uBhezaleli + indodana ka-Uri indodana kaHure wesizwe sakwaJuda. + 3 Ngizomgcwalisa ngomoya wami,* ngimnike ukuhlakanipha, ukuqonda nolwazi lwazo zonke izinhlobo zobungcweti, 1 AmaKhosi 4:29 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 29 UNkulunkulu wanika uSolomoni ukuhlakanipha okukhulu kakhulu nokuqonda okungacabangeki. Wamnika nenhliziyo enokuqonda okujulile. *+ 2 Thimothewu 3:16, 17 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 Yonke imiBhalo iphefumulelwe uNkulunkulu + futhi iyasiza ekufundiseni, + ekusoleni, ekuqondiseni* izinto, ekusiyaleni ukuba senze okulungile, + 17 ukuze umuntu kaNkulunkulu afaneleke ngokugcwele, ayihlomele ngokuphelele yonke imisebenzi emihle. Jakobe 3:17 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 Kodwa ukuhlakanipha kwaphezulu okokuqala kumsulwa, + kunokuthula, + kuyacabangela, + kuyashesha ukulalela, kugcwele isihe nezithelo ezinhle, + akukhethi, + akuzenzisi. +
2 “Bheka, ngikhethe* uBhezaleli + indodana ka-Uri indodana kaHure wesizwe sakwaJuda. + 3 Ngizomgcwalisa ngomoya wami,* ngimnike ukuhlakanipha, ukuqonda nolwazi lwazo zonke izinhlobo zobungcweti,
29 UNkulunkulu wanika uSolomoni ukuhlakanipha okukhulu kakhulu nokuqonda okungacabangeki. Wamnika nenhliziyo enokuqonda okujulile. *+
16 Yonke imiBhalo iphefumulelwe uNkulunkulu + futhi iyasiza ekufundiseni, + ekusoleni, ekuqondiseni* izinto, ekusiyaleni ukuba senze okulungile, + 17 ukuze umuntu kaNkulunkulu afaneleke ngokugcwele, ayihlomele ngokuphelele yonke imisebenzi emihle.
17 Kodwa ukuhlakanipha kwaphezulu okokuqala kumsulwa, + kunokuthula, + kuyacabangela, + kuyashesha ukulalela, kugcwele isihe nezithelo ezinhle, + akukhethi, + akuzenzisi. +