IHubo 34:15, 16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 Amehlo kaJehova akwabalungile, +Nezindlebe zakhe ziyalalela lapho bekhalela usizo. + פ [Pe] 16 Kodwa uJehova umelene nabenza okubi,Ukuze abenze bangakhunjulwa emhlabeni. + IHubo 138:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 Nakuba uJehova ephakeme, uyamqaphela othobekile, +Kodwa ozikhukhumezayo umazela kude kuphela. + IHubo 145:19 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 19 Wanelisa isifiso salabo abamesabayo; +Uyakuzwa ukukhalela kwabo usizo, abakhulule. + Johane 9:31 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 31 Siyazi ukuthi uNkulunkulu akazilaleli izoni, + kodwa uma umuntu emesaba uNkulunkulu futhi enza intando yakhe, uyamlalela lowo. +
15 Amehlo kaJehova akwabalungile, +Nezindlebe zakhe ziyalalela lapho bekhalela usizo. + פ [Pe] 16 Kodwa uJehova umelene nabenza okubi,Ukuze abenze bangakhunjulwa emhlabeni. +
31 Siyazi ukuthi uNkulunkulu akazilaleli izoni, + kodwa uma umuntu emesaba uNkulunkulu futhi enza intando yakhe, uyamlalela lowo. +