Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 2 Samuweli 18:15
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 15 Ngemva kwalokho kwafika izikhonzi eziyishumi ezaziphethe izikhali zikaJowabe zamshaya u-Absalomu waze wafa. +

  • 2 Samuweli 20:1
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 20 Kwakukhona umuntu owuhlupho okwakuthiwa nguSheba, + indodana kaBikri, umBhenjamini. Washaya uphondo + wathi: “Asinasabelo kuDavide, asinafa endodaneni kaJese. + O Israyeli, yilowo nalowo makaye konkulunkulu bakhe!” *+

  • 2 Samuweli 20:22
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 22 Ngaso leso sikhathi lona wesifazane ohlakaniphile waya kubo bonke abantu, balinquma ikhanda likaSheba indodana kaBikri baliphonsa kuJowabe. Ngemva kwalokho uJowabe washaya uphondo, base behlakazeka bahamba kulelo dolobha, ngamunye waya ekhaya; + uJowabe wabuyela eJerusalema enkosini.

  • 1 AmaKhosi 2:22
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 22 INkosi uSolomoni yamphendula unina yathi: “Kungani ucelela u-Adoniya u-Abhishagi waseShunemi? Kungcono uvele umcelele nobukhosi, + ngoba ungumfowethu omdala, + futhi usekelwa ngu-Abhiyathara umpristi noJowabe + indodana kaZeruya.” +

  • 1 AmaKhosi 2:24
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 24 Manje ngifunga uJehova ongimise ngaqina + nongibeke esihlalweni sobukhosi sikaDavide ubaba nongakhele indlu *+ njengoba nje athembisa; namuhla u-Adoniya uzobulawa.” +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela