-
IzEnzo 5:38, 39IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
38 Ngakho, njengoba ngibona izinto ezenzekayo manje, ngithi kini, ningabaphazamisi laba bantu, bayekeni. Ngoba uma leli qhinga noma lo msebenzi uvela kubantu, uyogumbuqelwa; 39 kodwa uma uvela kuNkulunkulu, ngeke nikwazi ukubagumbuqela. + Ngaphandle kwalokho, kungase kutholakale ukuthi nilwa noNkulunkulu uqobo.” +
-