-
1 Samuweli 25:10, 11IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
10 uNabali waziphendula izinceku zikaDavide wathi: “Ucabanga ukuthi ungubani uDavide indodana kaJese ukuba mina ngizwe ngaye? Kulezi zinsuku ziningi izinceku ezeqayo emakhosini azo. + 11 Ingabe kumele ngithathe isinkwa sami, amanzi ami nenyama engiyihlabele abagundi bezimvu zami ngikunike abantu engingazi nokuthi bavelaphi?”
-