Genesise 19:29 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 29 Ngakho lapho uNkulunkulu ebhubhisa amadolobha esifunda, wamkhumbula u-Abrahama ngokukhipha uLoti emadolobheni awagumbuqela, amadolobha uLoti ayehlala kuwo. + IHubo 37:10 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 10 Sekusele isikhashana nje, ababi bazobe bengasekho; +Uyoyibheka indawo yabo,Bayobe bengekho. + IHubo 37:20 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 20 Kodwa ababi bayoshabalala; +Izitha zikaJehova ziyoshabalala njengamadlelo aluhlaza;Ziyonyamalala njengentuthu. 2 Petru 2:4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 Ngokuqinisekile uNkulunkulu akayekanga ukujezisa izingelosi ezona, + kodwa waziphonsa eThartharusi, *+ ezibopha ngamaketanga* obumnyama obukhulu ukuze zigcinelwe ukwahlulelwa. + 2 Petru 3:5, 6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Ngoba balishalazela ngamabomu leli qiniso, lokuthi kudala ayekhona amazulu nomhlaba omi uqinile uvele emanzini futhi uphakathi kwamanzi ngezwi likaNkulunkulu; + 6 nokuthi ngawo izwe langaleso sikhathi labhujiswa lapho limbozwa amanzi. +
29 Ngakho lapho uNkulunkulu ebhubhisa amadolobha esifunda, wamkhumbula u-Abrahama ngokukhipha uLoti emadolobheni awagumbuqela, amadolobha uLoti ayehlala kuwo. +
20 Kodwa ababi bayoshabalala; +Izitha zikaJehova ziyoshabalala njengamadlelo aluhlaza;Ziyonyamalala njengentuthu.
4 Ngokuqinisekile uNkulunkulu akayekanga ukujezisa izingelosi ezona, + kodwa waziphonsa eThartharusi, *+ ezibopha ngamaketanga* obumnyama obukhulu ukuze zigcinelwe ukwahlulelwa. +
5 Ngoba balishalazela ngamabomu leli qiniso, lokuthi kudala ayekhona amazulu nomhlaba omi uqinile uvele emanzini futhi uphakathi kwamanzi ngezwi likaNkulunkulu; + 6 nokuthi ngawo izwe langaleso sikhathi labhujiswa lapho limbozwa amanzi. +