Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 2 IziKronike 20:15
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 15 Wathi: “Lalela, wena Juda wonke nani enakhe eJerusalema nawe Nkosi Jehoshafati! Nakhu uJehova akushoyo kini, ‘Ningesabi noma nethuke ngenxa yalesi sixuku esikhulu ngoba impi akuyona eyenu kodwa ekaNkulunkulu. +

  • 2 IziKronike 20:17
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 17 Ngeke kudingeke ukuba nina nilwe kule mpi. Yimani ezindaweni zenu ninganyakazi, + nibone insindiso uJehova azonenzela yona. *+ O Juda nawe Jerusalema, ningesabi noma nethuke. + Kusasa phumani nimelane naso, uJehova uzoba nani.’ ” +

  • IHubo 68:20
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 20 UNkulunkulu weqiniso unguNkulunkulu osisindisayo; +

      UJehova iNkosi EnguMbusi wenza indlela yokuphunyuka ekufeni. +

  • IsAmbulo 7:10
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 10 Siqhubeka simemeza ngezwi elikhulu, sithi: “Insindiso yethu ivela kuNkulunkulu wethu, ohlezi esihlalweni sobukhosi, + nakulo iWundlu.” +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela