-
1 Samuweli 24:6, 7IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
6 Wathi emadodeni ayekanye naye: “Kuyinto engacabangeki emehlweni kaJehova, ukuba ngenze into enjalo enkosini yami, ogcotshiwe kaJehova, ngokwelulela isandla sami kuyo, ngoba nguJehova oyigcobile.” + 7 Ngakho uDavide wawanqanda* amadoda ayekanye naye ngala mazwi, akawavumelanga ukuba ahlasele uSawule. USawule yena waphuma emhumeni waqhubeka nendlela yakhe.
-