Nehemiya 5:15 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 Kodwa ababusi ababengaphambi kwami babebagqilazile abantu, bethatha kubo amashekeli* esiliva angu-40 esinkwa newayini nsuku zonke. Nezikhonzi zabo zazibacindezela abantu. Kodwa mina angikwenzanga lokho + ngenxa yokwesaba uNkulunkulu. + Amose 4:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 “Yizwani leli zwi, nina zinkomo zaseBhashani,Enisentabeni yaseSamariya, +Nina bantu besifazane eniphamba abantu abaphansi, + nicindezele abampofu,Enithi kubayeni* benu, ‘Siletheleni okuphuzwayo!’
15 Kodwa ababusi ababengaphambi kwami babebagqilazile abantu, bethatha kubo amashekeli* esiliva angu-40 esinkwa newayini nsuku zonke. Nezikhonzi zabo zazibacindezela abantu. Kodwa mina angikwenzanga lokho + ngenxa yokwesaba uNkulunkulu. +
4 “Yizwani leli zwi, nina zinkomo zaseBhashani,Enisentabeni yaseSamariya, +Nina bantu besifazane eniphamba abantu abaphansi, + nicindezele abampofu,Enithi kubayeni* benu, ‘Siletheleni okuphuzwayo!’