Genesise 3:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 Ngenxa yalokho, owesifazane wabona ukuthi isihlahla sasikufanelekela ukudliwa; sasihaleleka ngempela futhi sisihle.* Ngakho wathatha isithelo saso wasidla. + Kamuva wanika nomyeni wakhe lapho sebendawonye, naye wadla. + Genesise 6:12 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 12 UNkulunkulu wabuka umhlaba futhi wawonakalisiwe; + bonke abantu babenza izinto ezimbi kakhulu emhlabeni. + Duteronomi 32:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Yibona abenze ngokukhohlakala. + Ababona abantwana bakhe, iphutha lingelabo. + Bayisizukulwane esigwegwile nesisontekile! +
6 Ngenxa yalokho, owesifazane wabona ukuthi isihlahla sasikufanelekela ukudliwa; sasihaleleka ngempela futhi sisihle.* Ngakho wathatha isithelo saso wasidla. + Kamuva wanika nomyeni wakhe lapho sebendawonye, naye wadla. +
12 UNkulunkulu wabuka umhlaba futhi wawonakalisiwe; + bonke abantu babenza izinto ezimbi kakhulu emhlabeni. +
5 Yibona abenze ngokukhohlakala. + Ababona abantwana bakhe, iphutha lingelabo. + Bayisizukulwane esigwegwile nesisontekile! +