1 AmaKhosi 10:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 Ngakho yathi enkosini: “Uyiqiniso umbiko engawuzwa ngisezweni lami ngokuphathelene nezinto ozenzile* nokuhlakanipha kwakho. 1 AmaKhosi 10:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Bayajabula abantu bakho, ziyajabula nezinceku zakho ezima phambi kwakho njalo, zilalele ukuhlakanipha kwakho! + IHubo 37:30 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 30 Umlomo wolungile ukhipha ukuhlakanipha,*Nolimi lwakhe lukhuluma ngobulungisa. + Luka 4:22 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 22 Bonke bafakaza kahle ngaye futhi bamangala ngamazwi amnandi ayephuma emlonyeni wakhe, + bethi: “Akuyona yini indodana kaJosefa lena?” + Efesu 4:29 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 29 Makungaphumi izwi elibolile emilonyeni yenu, + kodwa izwi elakhayo kuphela, kuye ngokwesidingo, ukuze lidlulisele okuzuzisayo kwabezwayo. +
6 Ngakho yathi enkosini: “Uyiqiniso umbiko engawuzwa ngisezweni lami ngokuphathelene nezinto ozenzile* nokuhlakanipha kwakho.
8 Bayajabula abantu bakho, ziyajabula nezinceku zakho ezima phambi kwakho njalo, zilalele ukuhlakanipha kwakho! +
22 Bonke bafakaza kahle ngaye futhi bamangala ngamazwi amnandi ayephuma emlonyeni wakhe, + bethi: “Akuyona yini indodana kaJosefa lena?” +
29 Makungaphumi izwi elibolile emilonyeni yenu, + kodwa izwi elakhayo kuphela, kuye ngokwesidingo, ukuze lidlulisele okuzuzisayo kwabezwayo. +