1 Samuweli 17:46 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 46 Namuhla uJehova uzokunikela esandleni sami, + ngizokubulala ngikunqume ikhanda; namuhla izidumbu zekamu lamaFilisti ngizozipha izinyoni zamazulu nezilo zasendle zomhlaba; abantu emhlabeni wonke bazokwazi ukuthi ukhona uNkulunkulu kwa-Israyeli. + IHubo 102:15, 16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 Izizwe ziyolesaba igama likaJehova,Nawo wonke amakhosi omhlaba ayoyiqonda inkazimulo yakho. + 16 Ngoba uJehova uyolakha kabusha iZiyoni; +Uyozibonakalisa ekhazimula. + Isaya 37:20 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 20 Manje Jehova Nkulunkulu wethu, sicela usisindise esandleni sakhe, ukuze yonke imibuso yomhlaba yazi ukuthi wena, Jehova, unguNkulunkulu wena wedwa.” +
46 Namuhla uJehova uzokunikela esandleni sami, + ngizokubulala ngikunqume ikhanda; namuhla izidumbu zekamu lamaFilisti ngizozipha izinyoni zamazulu nezilo zasendle zomhlaba; abantu emhlabeni wonke bazokwazi ukuthi ukhona uNkulunkulu kwa-Israyeli. +
15 Izizwe ziyolesaba igama likaJehova,Nawo wonke amakhosi omhlaba ayoyiqonda inkazimulo yakho. + 16 Ngoba uJehova uyolakha kabusha iZiyoni; +Uyozibonakalisa ekhazimula. +
20 Manje Jehova Nkulunkulu wethu, sicela usisindise esandleni sakhe, ukuze yonke imibuso yomhlaba yazi ukuthi wena, Jehova, unguNkulunkulu wena wedwa.” +