Luka 1:69 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 69 Usiphakamisele uphondo lwensindiso *+ endlini kaDavide inceku yakhe, + Luka 22:43 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 43 Ngemva kwalokho ingelosi evela ezulwini yabonakala kuye futhi yamqinisa. + 2 Korinte 6:2 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 2 Ngoba yena uthi: “Ngesikhathi esamukelekayo ngakuzwa, nangosuku lwensindiso ngakusiza.” + Bhekani! Manje yiso isikhathi esamukeleka ngokukhethekile. Bhekani! Manje yilo usuku lwensindiso. Hebheru 5:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Ngesikhathi esaphila emhlabeni, uKristu wanxusa wenza nezicelo, ngokukhala okukhulu nangezinyembezi, + kuLowo owayekwazi ukumsindisa ekufeni, futhi wazwiwa ngomusa ngenxa yokwesaba kwakhe uNkulunkulu.
2 Ngoba yena uthi: “Ngesikhathi esamukelekayo ngakuzwa, nangosuku lwensindiso ngakusiza.” + Bhekani! Manje yiso isikhathi esamukeleka ngokukhethekile. Bhekani! Manje yilo usuku lwensindiso.
7 Ngesikhathi esaphila emhlabeni, uKristu wanxusa wenza nezicelo, ngokukhala okukhulu nangezinyembezi, + kuLowo owayekwazi ukumsindisa ekufeni, futhi wazwiwa ngomusa ngenxa yokwesaba kwakhe uNkulunkulu.