Mathewu 20:28 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 28 Njengoba nje neNdodana yomuntu ingezelanga ukukhonzwa, kodwa ukukhonza + nokunikela ngokuphila* kwayo kube yisihlengo sabaningi.” + Roma 5:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 Ngoba impela ngesikhathi sisebuthakathaka, + ngesikhathi esimisiwe uKristu wafela abantu abangamhloniphi uNkulunkulu. Roma 5:19 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 19 Ngoba njengoba nje ngokungalaleli komuntu oyedwa abaningi baba yizoni, + ngokufanayo, ngokulalela komuntu oyedwa abaningi bayoba abalungile. +
28 Njengoba nje neNdodana yomuntu ingezelanga ukukhonzwa, kodwa ukukhonza + nokunikela ngokuphila* kwayo kube yisihlengo sabaningi.” +
6 Ngoba impela ngesikhathi sisebuthakathaka, + ngesikhathi esimisiwe uKristu wafela abantu abangamhloniphi uNkulunkulu.
19 Ngoba njengoba nje ngokungalaleli komuntu oyedwa abaningi baba yizoni, + ngokufanayo, ngokulalela komuntu oyedwa abaningi bayoba abalungile. +