6 Phakamiselani amehlo enu emazulwini,
Bese nibuka phansi emhlabeni.
Ngoba amazulu ayonyamalala njengentuthu;
Umhlaba uyoguga njengengubo,
Abahlala kuwo bayofa njengensensane.
Kodwa insindiso yami iyoba khona kuze kube phakade, +
Nokulunga kwami ngeke kuphele. +