Genesise 1:26 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 26 Ngemva kwalokho uNkulunkulu wathi: “Masenze + umuntu ngomfanekiso wethu, + afane nathi, + athotshelwe izinhlanzi zolwandle, izilwane ezindizayo zamazulu, izilwane ezifuywayo nayiwo wonke umhlaba nazo zonke izilwane ezihamba emhlabeni.” + Johane 1:1, 2 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 1 Ekuqaleni wayekhona uLizwi, + uLizwi wayenoNkulunkulu, + futhi uLizwi wayewunkulunkulu. *+ 2 Ekuqaleni lona wayenoNkulunkulu. Johane 12:41 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 41 U-Isaya washo lezi zinto ngoba wayibona inkazimulo yakhe, futhi wakhuluma ngaye. +
26 Ngemva kwalokho uNkulunkulu wathi: “Masenze + umuntu ngomfanekiso wethu, + afane nathi, + athotshelwe izinhlanzi zolwandle, izilwane ezindizayo zamazulu, izilwane ezifuywayo nayiwo wonke umhlaba nazo zonke izilwane ezihamba emhlabeni.” +
1 Ekuqaleni wayekhona uLizwi, + uLizwi wayenoNkulunkulu, + futhi uLizwi wayewunkulunkulu. *+ 2 Ekuqaleni lona wayenoNkulunkulu.