14 Ngikuzondile ukwethwasa kwenyanga nemikhosi yenu.
Sekuwumthwalo osindayo kimi;
Ngikhathele ukukuthwala.
15 Lapho nelula izandla zenu,
Ngiyanifihlela amehlo ami. +
Nakuba nithandaza ngokuphindaphindiwe, +
Angilalele; +
Izandla zenu zigcwele igazi. +