Duteronomi 31:27 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 27 Ngoba mina ngikwazi kahle ukudlubulunda kwenu + nenkani yenu. *+ Uma nidlubulunde kangaka kuJehova ngisekanye nani, niyodlubulunda kangakanani-ke uma sengifile! Nehemiya 9:29 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 29 Nakuba wawuwaxwayisa ukuze uwabuyisele eMthethweni wakho, ayegabadela futhi awayilalelanga imiyalo yakho; + ona ngokungayigcini imithetho yakho, okuthi uma umuntu eyigcina aphile. + Kodwa akufulathela ngenkani, aqinisa amakhanda,* awangalalela. Zakariya 7:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 Kodwa babelokhu benqaba ukulalela, + ngenkani bafulathela, + bavala izindlebe zabo ukuze bangezwa. +
27 Ngoba mina ngikwazi kahle ukudlubulunda kwenu + nenkani yenu. *+ Uma nidlubulunde kangaka kuJehova ngisekanye nani, niyodlubulunda kangakanani-ke uma sengifile!
29 Nakuba wawuwaxwayisa ukuze uwabuyisele eMthethweni wakho, ayegabadela futhi awayilalelanga imiyalo yakho; + ona ngokungayigcini imithetho yakho, okuthi uma umuntu eyigcina aphile. + Kodwa akufulathela ngenkani, aqinisa amakhanda,* awangalalela.
11 Kodwa babelokhu benqaba ukulalela, + ngenkani bafulathela, + bavala izindlebe zabo ukuze bangezwa. +