12 “ ‘ “ITharishishi + lalenza ibhizinisi nawe ngenxa yengcebo yakho eningi. + Babekunika isiliva labo, insimbi, ithini nomthofu ukuze bathole izinto zakho. + 13 UJavani, uThubhali + noMesheke + bahweba nawe, bekunika izigqila + nezinto zethusi ukuze bathole izinto zakho ozithengisayo.