25 Yingakho intukuthelo kaJehova ibavuthela abantu bakhe,
Uyokwelula isandla sakhe ngokumelene nabo abashaye. +
Izintaba ziyozamazama,
Nezidumbu zabo ziyoba njengemfucumfucu emigwaqweni. +
Ngenxa yakho konke lokhu, akayekanga ukubathukuthelela,
Kodwa isandla sakhe sisalokhu siluliwe ukuze abashaye.