Isaya 35:10 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 10 Labo abakhululwe nguJehova bayobuya + beze eZiyoni bememeza ngenjabulo. + Injabulo engapheli iyoba ngumqhele emakhanda abo. + Bayogcwala intokozo nenjabulo,Usizi nokububula kuyobaleka. + IsAmbulo 7:17 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 ngoba iWundlu, + eliseceleni* kwesihlalo sobukhosi, liyobelusa, + futhi liyobaqondisa emithonjeni* yamanzi okuphila. + UNkulunkulu uyosula zonke izinyembezi emehlweni abo.” + IsAmbulo 21:4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 Uyosula zonke izinyembezi emehlweni abo, + ukufa ngeke kusaba khona, + noma ukulila noma ukukhala noma ubuhlungu ngeke kusaba khona. + Izinto zakudala sezidlulile.”
10 Labo abakhululwe nguJehova bayobuya + beze eZiyoni bememeza ngenjabulo. + Injabulo engapheli iyoba ngumqhele emakhanda abo. + Bayogcwala intokozo nenjabulo,Usizi nokububula kuyobaleka. +
17 ngoba iWundlu, + eliseceleni* kwesihlalo sobukhosi, liyobelusa, + futhi liyobaqondisa emithonjeni* yamanzi okuphila. + UNkulunkulu uyosula zonke izinyembezi emehlweni abo.” +
4 Uyosula zonke izinyembezi emehlweni abo, + ukufa ngeke kusaba khona, + noma ukulila noma ukukhala noma ubuhlungu ngeke kusaba khona. + Izinto zakudala sezidlulile.”