-
Duteronomi 28:53-55IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
53 Kuyodingeka udle izingane zakho,* inyama yamadodana namadodakazi akho, + uJehova uNkulunkulu wakho akunike wona, ngenxa yobunzima bokuvinjezelwa nokucindezelwa yisitha sakho.
54 “Ngisho nendoda entekenteke nezwela kakhulu phakathi kwakho, ngeke imzwele umfowabo noma umkayo emthandayo noma abantwana bayo abasele, 55 ngeke ibaphe lutho enyameni yabantwana bayo ezoyidla, ngoba ayisenalutho ngenxa yobunzima bokuvinjezelwa nokucindezelwa isitha emadolobheni akho. +
-