16 Ngalolo suku kuyothiwa eJerusalema:
“Ungesabi Ziyoni. +
Ungapheli amandla.
17 UJehova uNkulunkulu wakho uphakathi kwakho. +
NjengoNamandla, uyosindisa.
Uyothokoza ngawe ngentokozo enkulu. +
Uyokwaneliseka ngenxa yothando akuthanda ngalo.
Uyojabula ngawe amemeze ngenjabulo.