2 AmaKhosi 17:4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 Nokho, inkosi yase-Asiriya yezwa ukuthi uHosheya uphakathi kwalabo abayakhela uzungu, ngoba wayethumele izithunywa kuSo inkosi yaseGibhithe, + akayikhokhanga nentela enkosini yase-Asiriya njengaseminyakeni yangaphambili. Ngakho inkosi yase-Asiriya yambopha yamvalela ejele. Isaya 30:2 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 2 Ayahamba aye eGibhithe + engakhulumanga nami, *+Ukuze ayokhosela ngaphansi kwesivikelo* sikaFaroNokuba aphephele emthunzini weGibhithe! Isaya 30:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Usizo lwaseGibhithe luyinto engathi shu. + Ngakho ngilibize ngokuthi: “URahabi, + ohlalayo nje angenzi lutho.” Jeremiya 37:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 “Yilokhu uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli akushoyo, ‘Yilokhu okufanele nikusho enkosini yakwaJuda, enithume ukuba nizobuza kimi: “Bheka! Ibutho likaFaro elizokusiza kuzodingeka libuyele emuva ezweni lalo, eGibhithe. +
4 Nokho, inkosi yase-Asiriya yezwa ukuthi uHosheya uphakathi kwalabo abayakhela uzungu, ngoba wayethumele izithunywa kuSo inkosi yaseGibhithe, + akayikhokhanga nentela enkosini yase-Asiriya njengaseminyakeni yangaphambili. Ngakho inkosi yase-Asiriya yambopha yamvalela ejele.
2 Ayahamba aye eGibhithe + engakhulumanga nami, *+Ukuze ayokhosela ngaphansi kwesivikelo* sikaFaroNokuba aphephele emthunzini weGibhithe!
7 Usizo lwaseGibhithe luyinto engathi shu. + Ngakho ngilibize ngokuthi: “URahabi, + ohlalayo nje angenzi lutho.”
7 “Yilokhu uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli akushoyo, ‘Yilokhu okufanele nikusho enkosini yakwaJuda, enithume ukuba nizobuza kimi: “Bheka! Ibutho likaFaro elizokusiza kuzodingeka libuyele emuva ezweni lalo, eGibhithe. +