IHubo 146:4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 Umoya wayo uyaphuma,* iphindele emhlabathini; +Ngalolo suku imicabango yayo iyashabalala. + UmShumayeli 8:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Njengoba nje kungekho muntu onamandla ngaphezu komoya* noma ongawuvimba, akekho onamandla okumelana nosuku lokufa. + Njengoba nje kungekho muntu okhululwayo empini, nobubi ngeke bubavumele abenzi bokubi ukuba baphunyuke.*
8 Njengoba nje kungekho muntu onamandla ngaphezu komoya* noma ongawuvimba, akekho onamandla okumelana nosuku lokufa. + Njengoba nje kungekho muntu okhululwayo empini, nobubi ngeke bubavumele abenzi bokubi ukuba baphunyuke.*