Isaya 44:22 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 22 Ngizozimboza iziphambeko zakho ngokungathi ngefu, +Nezono zakho ngokungathi ngamafu amnyama. Buyela kimi, ngoba ngizokuhlenga. + Jeremiya 31:34 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 34 “Yilowo nalowo ngeke esafundisa umakhelwane wakhe noma umfowabo, athi, ‘Yazi uJehova!’ + ngoba bonke bayongazi, kusukela komncane kunabo bonke kuye komkhulu kunabo bonke,” + kusho uJehova. “Ngoba ngiyosithethelela isiphambeko sabo, nesono sabo ngeke ngisasikhumbula.” + Mika 7:19 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 19 Uzophinde asibonise isihe; + uzozinqoba* iziphambeko zethu. Wena uzoziphonsa ekujuleni kolwandle zonke izono zabo. +
22 Ngizozimboza iziphambeko zakho ngokungathi ngefu, +Nezono zakho ngokungathi ngamafu amnyama. Buyela kimi, ngoba ngizokuhlenga. +
34 “Yilowo nalowo ngeke esafundisa umakhelwane wakhe noma umfowabo, athi, ‘Yazi uJehova!’ + ngoba bonke bayongazi, kusukela komncane kunabo bonke kuye komkhulu kunabo bonke,” + kusho uJehova. “Ngoba ngiyosithethelela isiphambeko sabo, nesono sabo ngeke ngisasikhumbula.” +
19 Uzophinde asibonise isihe; + uzozinqoba* iziphambeko zethu. Wena uzoziphonsa ekujuleni kolwandle zonke izono zabo. +