4 Ngezwa nelinye izwi livela ezulwini lithi: “Phumani kulo, bantu bami, + uma ningafuni ukuhlanganyela nalo ezonweni zalo, futhi ningafuni ukuhlushwa kanye nalo. + 5 Ngoba izono zalo ziye zanqwabelana zaze zafika ezulwini, + noNkulunkulu wazikhumbula izenzo zalo zokungalungi. +