IsiLilo 1:2 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 2 Likhala lingathuli ubusuku bonke, + izinyembezi zalo zisezihlathini zalo. Izithandwa zalo azikho ukuze ziliduduze. + Bonke abangani balo balikhohlisile; + babe yizitha zalo. IsiLilo 1:16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 Ngiyakhala ngenxa yalezi zinto; + amehlo ami ageleza izinyembezi. Ngoba noma ubani obengangiduduza noma angenze ngizizwe ngingcono ukude kakhulu nami. Amadodana ami ayincithakalo, ngoba isitha sinqobile.
2 Likhala lingathuli ubusuku bonke, + izinyembezi zalo zisezihlathini zalo. Izithandwa zalo azikho ukuze ziliduduze. + Bonke abangani balo balikhohlisile; + babe yizitha zalo.
16 Ngiyakhala ngenxa yalezi zinto; + amehlo ami ageleza izinyembezi. Ngoba noma ubani obengangiduduza noma angenze ngizizwe ngingcono ukude kakhulu nami. Amadodana ami ayincithakalo, ngoba isitha sinqobile.