-
Jeremiya 19:5, 6IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
5 Bakhe izindawo eziphakeme zikaBhali ukuze bashise amadodana abo emlilweni njengeminikelo eshiswa ngokuphelele eya kuBhali, + into engingazange ngiyiyaleze noma ngikhulume ngayo, nengingakaze ngiyicabange nokuyicabanga.” ’ *+
6 “ ‘ “Ngakho lalelani, kuza izinsuku,” kusho uJehova, “lapho le ndawo ingeke isabizwa ngokuthi yiThofeti noma yiSigodi Sendodana KaHinomu, kodwa iyobizwa ngokuthi yiSigodi Sokubulala. +
-
-
Jeremiya 32:35IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
35 Ngaphezu kwalokho, bakhe izindawo eziphakeme zikaBhali eSigodini Sendodana KaHinomu, *+ ukuze bashise amadodana namadodakazi abo emlilweni njengemihlatshelo eya kuMoleki, + into engingazange ngibayale ukuba bayenze + nengingakaze ngiyicabange nokuyicabanga* ukuba ngithi abenze le nto enyanyekayo, bonise uJuda.’
-