Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IHubo 99:4
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  4 Yena uyiNkosi enamandla ethanda ubulungisa. +

      Ukumise kwaqina okulungile.

      Ulethe ubulungisa nokulunga + kwaJakobe.

  • Hoseya 6:6
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  6 Ngoba ngijabula ngothando oluqotho,* hhayi ngomhlatshelo,

      Ngijabula ngolwazi ngoNkulunkulu kunangeminikelo eshiswayo ephelele. +

  • Mika 6:8
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  8 Ukutshelile okuhle wena muntu.

      Yini uJehova ayifuna* kuwe?

      Ufuna kuphela ukuba ubonise ubulungisa, *+ uthande ubuqotho *+

      Futhi uhambe ngesizotha + noNkulunkulu wakho! +

  • Mika 7:18
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 18 Ubani onguNkulunkulu onjengawe,

      Othethelela iphutha labasele befa lakhe + kanye nesiphambeko sabo? +

      Ngeke athukuthele kuze kube phakade

      Ngoba ujabula ngothando oluqotho. +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela