Joshuwa 3:10 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 10 Ngemva kwalokho uJoshuwa wathi: “Ngalokhu nizokwazi ukuthi uNkulunkulu ophilayo uphakathi kwenu, + nokuthi nakanjani uzowaxosha phambi kwenu amaKhanani, amaHeti, amaHivi, amaPherizi, amaGirigashi, ama-Amori namaJebusi. + Daniyeli 6:26 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 26 Ngikhipha umyalo wokuba kuzo zonke izindawo zombuso wami, abantu kumele bathuthumele besabe uNkulunkulu kaDaniyeli. + Ngoba unguNkulunkulu ophilayo nohlala kuze kube phakade. Umbuso wakhe* awusoze wachithwa, nokubusa kwakhe kungokwaphakade. +
10 Ngemva kwalokho uJoshuwa wathi: “Ngalokhu nizokwazi ukuthi uNkulunkulu ophilayo uphakathi kwenu, + nokuthi nakanjani uzowaxosha phambi kwenu amaKhanani, amaHeti, amaHivi, amaPherizi, amaGirigashi, ama-Amori namaJebusi. +
26 Ngikhipha umyalo wokuba kuzo zonke izindawo zombuso wami, abantu kumele bathuthumele besabe uNkulunkulu kaDaniyeli. + Ngoba unguNkulunkulu ophilayo nohlala kuze kube phakade. Umbuso wakhe* awusoze wachithwa, nokubusa kwakhe kungokwaphakade. +