IHubo 17:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Izinyawo zami mazihambe ezindleleni zakhoUkuze zingakhubeki. + IHubo 37:23 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 23 UJehova uqondisa* izinyathelo zomuntu, +Uma eyithanda indlela aphila ngayo. + IzAga 16:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Noma yini oyenzayo yenzele uJehova, *+Khona-ke amacebo akho ayophumelela. IzAga 20:24 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 24 Izinyathelo zomuntu ziqondiswa uJehova; +Umuntu angayiqonda kanjani indlela yakhe?*