Joshuwa 7:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Lapho amaKhanani nabo bonke abakhileyo kuleli zwe bezwa ngalokhu, bazosivimbezela futhi balesule igama lethu emhlabeni, uzolivikela kanjani igama lakho elikhulu?” + IHubo 25:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 O Jehova, ngenxa yegama lakho, +Thethelela isiphambeko sami nakuba sisikhulu. IHubo 115:1, 2 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 115 Ungayiniki thina, Jehova, ungayiniki thina,*Kodwa nika igama lakho inkazimulo +Ngenxa yothando lwakho oluqotho nokwethembeka kwakho. + 2 Kungani izizwe kufanele zithi: “Uphi uNkulunkulu wabo?” +
9 Lapho amaKhanani nabo bonke abakhileyo kuleli zwe bezwa ngalokhu, bazosivimbezela futhi balesule igama lethu emhlabeni, uzolivikela kanjani igama lakho elikhulu?” +
115 Ungayiniki thina, Jehova, ungayiniki thina,*Kodwa nika igama lakho inkazimulo +Ngenxa yothando lwakho oluqotho nokwethembeka kwakho. + 2 Kungani izizwe kufanele zithi: “Uphi uNkulunkulu wabo?” +