Eksodusi 32:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 UMose wamncenga uJehova* uNkulunkulu wakhe + wathi: “Kungani Jehova uvumela intukuthelo yakho ukuba ikwenze ufune ukwenza lokhu kubantu bakho, ngemva kokubakhipha ezweni laseGibhithe ngamandla amakhulu nangesandla esinamandla? + 1 Samuweli 7:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 USamuweli wathatha iwundlu elisancela walinikela njengomnikelo oshiswayo, + umnikelo ophelele, oya kuJehova; uSamuweli wacelela u-Israyeli usizo kuJehova, uJehova wamphendula. + IHubo 99:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 UMose no-Aroni babephakathi kwabapristi bakhe, +USamuweli wayephakathi kwalabo ababiza igama lakhe. + Babembiza uJehova,Yena wayebaphendula. + IHubo 106:23 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 23 Wayesezothi mababhuqwe,Kodwa uMose okhethiwe wakhe wamncenga*Ukuze anqande intukuthelo yakhe ebhubhisayo. +
11 UMose wamncenga uJehova* uNkulunkulu wakhe + wathi: “Kungani Jehova uvumela intukuthelo yakho ukuba ikwenze ufune ukwenza lokhu kubantu bakho, ngemva kokubakhipha ezweni laseGibhithe ngamandla amakhulu nangesandla esinamandla? +
9 USamuweli wathatha iwundlu elisancela walinikela njengomnikelo oshiswayo, + umnikelo ophelele, oya kuJehova; uSamuweli wacelela u-Israyeli usizo kuJehova, uJehova wamphendula. +
6 UMose no-Aroni babephakathi kwabapristi bakhe, +USamuweli wayephakathi kwalabo ababiza igama lakhe. + Babembiza uJehova,Yena wayebaphendula. +
23 Wayesezothi mababhuqwe,Kodwa uMose okhethiwe wakhe wamncenga*Ukuze anqande intukuthelo yakhe ebhubhisayo. +