9 “Wena Solomoni ndodana yami, yazi uNkulunkulu kayihlo futhi umkhonze ngenhliziyo ephelele + nangomphefumulo ojabulayo, ngoba uJehova uhlola zonke izinhliziyo, + futhi uqonda yonke imicabango nezifiso. + Uma umfuna, uyomthola, + kodwa uma umshiya, uyokulahla kuze kube phakade. +