Jeremiya 15:15 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 Wena uyazi Jehova,Ngikhumbule unginake. Ngiphindiselele kulabo abangishushisayo. + Ungangivumeli ngishabalale* ngenxa yokwephuza kwakho ukuthukuthela. Yazi ukuthi ngenxa yakho ngithwala leli hlazo. + Jeremiya 20:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 Kodwa uJehova wayenami njengeqhawe elesabisayo. + Yingakho labo abangishushisayo beyokhubeka futhi ngeke banqobe. + Bayohlazeka kakhulu, ngoba ngeke baphumelele. Ukululazeka kwabo kwaphakade ngeke kulibaleke. +
15 Wena uyazi Jehova,Ngikhumbule unginake. Ngiphindiselele kulabo abangishushisayo. + Ungangivumeli ngishabalale* ngenxa yokwephuza kwakho ukuthukuthela. Yazi ukuthi ngenxa yakho ngithwala leli hlazo. +
11 Kodwa uJehova wayenami njengeqhawe elesabisayo. + Yingakho labo abangishushisayo beyokhubeka futhi ngeke banqobe. + Bayohlazeka kakhulu, ngoba ngeke baphumelele. Ukululazeka kwabo kwaphakade ngeke kulibaleke. +