Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Isaya 11:11
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 11 Ngalolo suku uJehova uyophinda elule isandla sakhe, okwesibili, ukuze alande abantu bakhe abasele e-Asiriya, + eGibhithe, + ePhatirosi, + eKushe, + e-Elamu, + eShinari,* eHamati naseziqhingini zolwandle. +

  • Isaya 35:10
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 10 Labo abakhululwe nguJehova bayobuya + beze eZiyoni bememeza ngenjabulo. +

      Injabulo engapheli iyoba ngumqhele emakhanda abo. +

      Bayogcwala intokozo nenjabulo,

      Usizi nokububula kuyobaleka. +

  • Jeremiya 29:14
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 14 Ngiyonenza ningithole,’ + kusho uJehova. ‘Ngiyobutha izithunjwa zenu nginiqoqele ndawonye, nginikhiphe kuzo zonke izizwe nakuzo zonke izindawo enginihlakazele kuzo,’ + kusho uJehova. ‘Ngiyonibuyisela endaweni engabangela ukuba nisuke kuyo niye ekudingisweni.’ +

  • Jeremiya 31:8
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  8 Ngiyababuyisa bevela ezweni lasenyakatho. +

      Ngiyobaqoqela ndawonye bevela emajukujukwini omhlaba. +

      Phakathi kwabo kuyobe kukhona izimpumputhe nezinyonga, +

      Owesifazane okhulelwe nobelethayo, bonke ndawonye.

      Bayobuyela lapha beyisixuku esikhulu. +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela