-
Jeremiya 16:14, 15IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
14 “ ‘Nokho, kuza izinsuku,’ kusho uJehova, ‘lapho bengeke besasho ukuthi: “Ngimfunge uJehova owakhipha abantu bakwa-Israyeli ezweni laseGibhithe!” + 15 kodwa bayothi: “Ngimfunge uJehova owakhipha abantu bakwa-Israyeli ezweni lasenyakatho nakuwo wonke amazwe ayebahlakazele kuwo!” futhi ngiyobabuyisela ezweni labo, engalinika okhokho babo.’ +
-