1 AmaKhosi 9:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 ngiyomsusa u-Israyeli ezweni engimnike lona, + indlu engiyingcwelisele igama lami ngiyoyisusa phambi kwami, + u-Israyeli uyoba yinhlekisa* nento yokuklolodelwa phakathi kwazo zonke izizwe. + Jeremiya 7:12 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 12 “ ‘Nokho, manje hambani niye endaweni yami eShilo, + lapho ngabeka khona igama lami ekuqaleni, + nibone engakwenza kuyo ngenxa yobubi babantu bami u-Israyeli. + Jeremiya 7:14 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 14 Ngakho lokho engakwenza eShilo, ngizokwenza nakule ndlu ebizwa ngegama lami, + enithembela kuyo, + nakule ndawo engayinika nina nokhokho benu. + Daniyeli 9:18 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 18 O Nkulunkulu wami, lalela uzwe! Vula amehlo akho ubone incithakalo eliyiyo idolobha lethu elibizwe ngegama lakho; ngoba asikunxusi ngenxa yezenzo zethu ezilungile kodwa ngenxa yesihe sakho esikhulu. + Hoseya 12:2 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 2 Kunecala uJehova okumele aliqulise uJuda; +Uyokwenza uJakobe alandise ngokwezindlela zakhe,Uyombuyisela ngokwezenzo zakhe. + Mika 6:2 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 2 Yizwani icala uJehova aliqulisayo nina zintaba,Nina zisekelo zomhlaba eziqinile, +Ngoba kukhona icala uJehova aliqulisa abantu bakhe;Ngu-Israyeli azophikisana naye: +
7 ngiyomsusa u-Israyeli ezweni engimnike lona, + indlu engiyingcwelisele igama lami ngiyoyisusa phambi kwami, + u-Israyeli uyoba yinhlekisa* nento yokuklolodelwa phakathi kwazo zonke izizwe. +
12 “ ‘Nokho, manje hambani niye endaweni yami eShilo, + lapho ngabeka khona igama lami ekuqaleni, + nibone engakwenza kuyo ngenxa yobubi babantu bami u-Israyeli. +
14 Ngakho lokho engakwenza eShilo, ngizokwenza nakule ndlu ebizwa ngegama lami, + enithembela kuyo, + nakule ndawo engayinika nina nokhokho benu. +
18 O Nkulunkulu wami, lalela uzwe! Vula amehlo akho ubone incithakalo eliyiyo idolobha lethu elibizwe ngegama lakho; ngoba asikunxusi ngenxa yezenzo zethu ezilungile kodwa ngenxa yesihe sakho esikhulu. +
2 Kunecala uJehova okumele aliqulise uJuda; +Uyokwenza uJakobe alandise ngokwezindlela zakhe,Uyombuyisela ngokwezenzo zakhe. +
2 Yizwani icala uJehova aliqulisayo nina zintaba,Nina zisekelo zomhlaba eziqinile, +Ngoba kukhona icala uJehova aliqulisa abantu bakhe;Ngu-Israyeli azophikisana naye: +