Jeremiya 49:12 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 12 Ngoba yilokhu uJehova akushoyo: “Bheka! Uma labo abangagwetshwanga ukuba baphuze indebe yolaka kumele bayiphuze, wena-ke ingabe kufanele uyekwe ungajeziswa nhlobo? Ngeke uyekwe ungajeziswa, ngoba kumele uyiphuze.” + Obadiya 16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 Ngoba indlela eniphuze ngayo entabeni yami engcwele,Zonke izizwe ziyoqhubeka ziphuza ngayo njalo. + Ziyophuza ziminye,Kube sengathi azikaze zibe khona.
12 Ngoba yilokhu uJehova akushoyo: “Bheka! Uma labo abangagwetshwanga ukuba baphuze indebe yolaka kumele bayiphuze, wena-ke ingabe kufanele uyekwe ungajeziswa nhlobo? Ngeke uyekwe ungajeziswa, ngoba kumele uyiphuze.” +
16 Ngoba indlela eniphuze ngayo entabeni yami engcwele,Zonke izizwe ziyoqhubeka ziphuza ngayo njalo. + Ziyophuza ziminye,Kube sengathi azikaze zibe khona.