-
Jeremiya 21:1, 2IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
21 Kwafika izwi kuJeremiya livela kuJehova ngesikhathi iNkosi uZedekiya + ithumela kuye uPhashuri + indodana kaMalikhija noZefaniya + indodana kaMahaseya, umpristi, bethi: 2 “Sicela usibuzele kuJehova, ngoba inkosi yaseBhabhiloni uNebukhadinezari* ilwa nathi. + Mhlawumbe uJehova uzosenzela izimangaliso njengoba enza kudala bese ihoxa.” +
-