Isaya 51:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 UJehova uyoliduduza iZiyoni. + Uyoziduduza zonke izindawo zalo ezibhuqiwe, +Uyokwenza ihlane lalo libe njenge-Edene +Nethafa lalo eliwugwadule libe njengengadi kaJehova. + Intokozo nenjabulo kuyotholakala kulo,Ukubonga nengoma emnandi. + Isaya 65:19 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 19 Ngiyojabula ngeJerusalema ngithokoze ngabantu bami; +Ngeke kuphinde kuzwakale kulo umsindo wokulila noma ukukhala ngenxa yosizi.” +
3 UJehova uyoliduduza iZiyoni. + Uyoziduduza zonke izindawo zalo ezibhuqiwe, +Uyokwenza ihlane lalo libe njenge-Edene +Nethafa lalo eliwugwadule libe njengengadi kaJehova. + Intokozo nenjabulo kuyotholakala kulo,Ukubonga nengoma emnandi. +
19 Ngiyojabula ngeJerusalema ngithokoze ngabantu bami; +Ngeke kuphinde kuzwakale kulo umsindo wokulila noma ukukhala ngenxa yosizi.” +