3 Lokhu kwenzeka kuJuda ngomyalo kaJehova, ukuze amsuse emehlweni akhe + ngenxa yazo zonke izono uManase ayezenzile, + 4 nangenxa yegazi elingenacala ayelichithile, + ngoba wayegcwalise iJerusalema ngegazi elingenacala, futhi lokhu uJehova wayengazimisele ukukuthethelela. +