Genesise 19:24, 25 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 24 Ngemva kwalokho uJehova wenza ukuba kune isibabule nomlilo eSodoma naseGomora—kwakuvela kuJehova, ezulwini. + 25 Ngakho wawagumbuqela la madolobha, yebo, sonke isifunda, nabo bonke abantu bakulawo madolobha nezitshalo zomhlabathi. + Daniyeli 9:12 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 12 Uwafezile amazwi akhe awakhuluma ngathi + nangababusi bethu ababesibusa,* ngokusilethela inhlekelele enkulu; ayikho into eyake yenziwa ngaphansi kwamazulu enjengaleyo eyenziwa eJerusalema. +
24 Ngemva kwalokho uJehova wenza ukuba kune isibabule nomlilo eSodoma naseGomora—kwakuvela kuJehova, ezulwini. + 25 Ngakho wawagumbuqela la madolobha, yebo, sonke isifunda, nabo bonke abantu bakulawo madolobha nezitshalo zomhlabathi. +
12 Uwafezile amazwi akhe awakhuluma ngathi + nangababusi bethu ababesibusa,* ngokusilethela inhlekelele enkulu; ayikho into eyake yenziwa ngaphansi kwamazulu enjengaleyo eyenziwa eJerusalema. +