Jeremiya 25:17 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 Ngakho ngayithatha indebe esandleni sikaJehova ngaziphuzisa zonke izizwe uJehova ayengithume kuzo: + Jeremiya 25:20 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 20 nabo bonke abantu bokufika ababehlala eGibhithe; wonke amakhosi ezwe lase-Uze; wonke amakhosi asezweni lamaFilisti, + i-Ashikeloni, + iGaza, i-Ekroni nababesindile base-Ashidodi; Obadiya 16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 Ngoba indlela eniphuze ngayo entabeni yami engcwele,Zonke izizwe ziyoqhubeka ziphuza ngayo njalo. + Ziyophuza ziminye,Kube sengathi azikaze zibe khona.
17 Ngakho ngayithatha indebe esandleni sikaJehova ngaziphuzisa zonke izizwe uJehova ayengithume kuzo: +
20 nabo bonke abantu bokufika ababehlala eGibhithe; wonke amakhosi ezwe lase-Uze; wonke amakhosi asezweni lamaFilisti, + i-Ashikeloni, + iGaza, i-Ekroni nababesindile base-Ashidodi;
16 Ngoba indlela eniphuze ngayo entabeni yami engcwele,Zonke izizwe ziyoqhubeka ziphuza ngayo njalo. + Ziyophuza ziminye,Kube sengathi azikaze zibe khona.