Levitikusi 26:29 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 29 Ngakho kuyomelwe nidle inyama yamadodana enu futhi niyodla inyama yamadodakazi enu. + Jeremiya 19:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Ngiyokwenza ukuba badle inyama yamadodana neyamadodakazi abo, futhi yilowo nalowo uyodla inyama yomuntu wakubo, ngenxa yokuvinjezelwa nokuswela lapho becindezelwe izitha zabo nalabo abafuna ukubabulala.” ’ + IsiLilo 4:10 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 10 Izandla zabesifazane abanozwela zipheke abantwana babo. + Babe ngukudla kwabo* ngesikhathi sokuphuka kwendodakazi yabantu bami. +
9 Ngiyokwenza ukuba badle inyama yamadodana neyamadodakazi abo, futhi yilowo nalowo uyodla inyama yomuntu wakubo, ngenxa yokuvinjezelwa nokuswela lapho becindezelwe izitha zabo nalabo abafuna ukubabulala.” ’ +
10 Izandla zabesifazane abanozwela zipheke abantwana babo. + Babe ngukudla kwabo* ngesikhathi sokuphuka kwendodakazi yabantu bami. +