Genesise 49:10 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 10 Intonga yobukhosi ngeke isuke kuJuda, + nenduku yomyali phakathi kwezinyawo zakhe, kuze kufike uShilo,* + uyolalelwa izizwe zonke. + IHubo 2:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 Athi: “Mina uqobo ngiyimisile inkosi yami +EZiyoni, + intaba yami engcwele.” Isaya 9:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 Ngoba sizalelwe umntwana, +Siphiwe indodana;Umbuso* uyoba semahlombe akhe. + Igama lakhe kuyothiwa uMeluleki Omangalisayo, + uNkulunkulu Onamandla, + uYise Ongunaphakade, iSikhulu Sokuthula. Jeremiya 23:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 “Kuza izinsuku,” kusho uJehova, “lapho ngiyovusela uDavide indlalifa elungile. + Iyobusa njengenkosi, + iyobonisa ukuqonda, ekwenzayo iyokwenza ngobulungisa nangokulunga ezweni. + Luka 1:32 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 32 Iyoba umuntu omkhulu + ibizwe ngokuthi iNdodana YoPhezukonke, + uJehova* uNkulunkulu uyoyinika isihlalo sobukhosi sikaDavide uyise, +
10 Intonga yobukhosi ngeke isuke kuJuda, + nenduku yomyali phakathi kwezinyawo zakhe, kuze kufike uShilo,* + uyolalelwa izizwe zonke. +
6 Ngoba sizalelwe umntwana, +Siphiwe indodana;Umbuso* uyoba semahlombe akhe. + Igama lakhe kuyothiwa uMeluleki Omangalisayo, + uNkulunkulu Onamandla, + uYise Ongunaphakade, iSikhulu Sokuthula.
5 “Kuza izinsuku,” kusho uJehova, “lapho ngiyovusela uDavide indlalifa elungile. + Iyobusa njengenkosi, + iyobonisa ukuqonda, ekwenzayo iyokwenza ngobulungisa nangokulunga ezweni. +
32 Iyoba umuntu omkhulu + ibizwe ngokuthi iNdodana YoPhezukonke, + uJehova* uNkulunkulu uyoyinika isihlalo sobukhosi sikaDavide uyise, +