Levitikusi 1:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 “‘Uma umnikelo wakhe ungumnikelo oshiswayo womhlambi wezinkomo, kufanele anikele ngeduna eliphile kahle. + Kufanele awulethe ngokuzithandela + phambi kukaJehova emnyango wetende lokuhlangana. Levitikusi 1:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 Umnikelo oshiswayo kufanele uhlinzwe bese uyasikwa ube amaqatha amakhulu. *+ Levitikusi 8:20 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 20 Wayihlahlela inqama ngokwezingxenye zayo, uMose washunqisa inhloko nalezi zingxenye nomhlwehlwe.* Hezekeli 43:18 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 18 Yabe isithi kimi, “Ndodana yomuntu, yilokhu iNkosi EnguMbusi uJehova ekushoyo: ‘Yilezi iziqondiso okumele zilandelwe lapho kwakhiwa i-altare ukuze kunikelwe iminikelo eshiswayo ephelele futhi kufafazwe igazi kulo.’ +
3 “‘Uma umnikelo wakhe ungumnikelo oshiswayo womhlambi wezinkomo, kufanele anikele ngeduna eliphile kahle. + Kufanele awulethe ngokuzithandela + phambi kukaJehova emnyango wetende lokuhlangana.
18 Yabe isithi kimi, “Ndodana yomuntu, yilokhu iNkosi EnguMbusi uJehova ekushoyo: ‘Yilezi iziqondiso okumele zilandelwe lapho kwakhiwa i-altare ukuze kunikelwe iminikelo eshiswayo ephelele futhi kufafazwe igazi kulo.’ +