-
Hezekeli 42:13IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
13 Yabe isithi kimi: “Amagumbi okudlela asenyakatho namagumbi okudlela aseningizimu aseduze kwendawo evulekile + angamagumbi okudlela angcwele, lapho abapristi abasondela kuJehova bedlela khona iminikelo engcwelengcwele. + Bayibeka lapho iminikelo engcwelengcwele, umnikelo wokudla okusanhlamvu, umnikelo wesono nomnikelo wecala, ngoba le ndawo ingcwele. +
-